                                     13

                               UKONGA IMVELO


lsikhundla samanje

Umsebenzi okubhekene nomunfu othile kuzinyamazane ezigodliwe nemvelo
egodliwe ivikelwa ecosystems* nokwehlukahlukana kwezimila nezilwane futhi
zivikela nezimila. Basivumela ukwenza ucwaningo ngokwazi ukuthi imvelo
isebenza kanjani. Esikhathini esizayo, ukonga imvelo kumele kuhlanganise
kakhulu nenhlalo okuhlalwa kuyo nemfundo.

Ukonga imvelo kufanele futhi kwenze isiqiniseko sokuthi imgwamanqa womuzi
othile uthola inzuzo ephumo ekongeni imvelo. Ukonga imvelo
kungasetshenziswa ekudaleni imisebenzi yemi gwamanqa yemizi ethile. Ukonga
imvelo kungasetsheziswa ukwenza IRDP isebenze emaphandieni.

lningizimu Afrika inezindawo eziningi ezivikelwe sineshumi nesikhombisa
lamazwe anamapaki kukhona futhi nokonga kwemvelo okuphethwe umuntu oyedwa.
Sinezizwe zobubhothani nengadi lapho izimila zigcinwe khona nalapho abantu
bangafunda ngezimila zethu.

Izivakashi eziningi ezibuya kwamanye amazwe bathanda iningizimu Afrika ngoba
yinhle kakhulu beza futhi nokuzobuka izilwane zasendle. Ipaki lesizwe
nemvelo egciniwe zisemqoka kakhulu kuzihambi. Lokhu kungaletha imali kuzwe
lethu. Ukuhanjelwa kungasilethela imali kuzindawo zasemaphandleni. Kodwa
kumele senze isiqinseko sokuthi umgwamanqa womuzi othile uyazuza
kulokuhanjelwa.

Ukuhanjelwa kuyathuthuka masinye ngokuzungeza umhlaba. lningizimu Afrika
ingamukela izihambi kakhulu kunokwendlula manje. Singenza imali eningi
ngalokuhanjelwa. Kodwa kumele siqaphele ukuthi lokuhanjelwa akulimazi
indawo okuhlalwa kuyo. Kumele sibheke futhi ukuthi umgwamanqa womuzi
abampofu bayazuza.

Uma amangy amapaki ezizwe alungisiwe, eminye imigwamanqa yemizi
yaphaqelelwa ukuhamba kabazange babhadaiwe ngokufaneleyo ngemihlasa
ebalahlekele. (Bheka ibhokisi 10 kuphepha elilandelayo)

Abazange bavunyelwe ukusebenzisa umhlaba obalahlekele, amadlelo, nezinkomo
zabo. Babengavunyelwe nokuqoqa izimila ukwenza imithi noma izinkuni
zokubasa nokufulela ngotshani ekugodliwe. Ngenxa yalokhu balahlekelwa
ulwazi ababenalo ngemvelo yenhlalo okuhlalwa kuyo.

 IBHOKISI 10: KOSI BAY`
 ABANTU NOMA UKONGA IMVELO

 Kosi Bay iseMaputoland eduze kweMozambique nama phethelo. Inamachibi
 amakhulu azungezwe yizwe ndawo zonke amane. Ungakwazi ukuya kwezinye
 izindawo ngezinyawo noma `ngesikebhe. KwaDapha, emalarigeni nasejikeni
 womgwamanqa womuzi uphile emaputoland iminyaka eyizinkulungwane
 eziyisikhombisa. Bawumgwamanqa womuzi wokugcina wokuhlala eKosi Bay.

 Ngakucala lasentshonalanga yeKosi Bay omunyenomunye wahamba ngaphandle
 komuntu manye. Kwelinye icala imigwaqo yemizi emithathu yakwa Dapa,
 Nkovukeni nemalangeni asagodliwe. Lemigwamanqa yemizi ayifuna ukuhamba.
 Balungiselele kwadapha, emalangeni nakwankovukeni (KEN) umgwamanqa womuzi
 nokuthuthukisa kokuphumelela ngaphandle.

 IKEN wumgwamanqa womuzi nencebo nokuthuthukiswa kokuphumelelo ngaphandle
 kulungiselela iecotourism* kokuphumela ngaphandle nokuphathe wumgwama
 womuzi umnyango wokonga imvelo wakwazulu uvume ukukungiselela. iKosi Bay
 nokuphumela ngaphandle ingakhomba imigwamanqa yemizi ukuthi
 lilingiseleiwa kenjani imvelo egodliwe iKosi Bay, ukulima, ukonga noku
 ecotourism kungasebenzisana. Utholongwamanqa womuzi ufuna ukuhlola emhlabeni
 nokuthatha inkundla nasekugcinekeni nasekuthuthukiseni kwendawo. Bafuna
 ukulungiselela izindawo lapho umgwamanqa womuzi uqonda uzosetshenziswa
 ukunceda ukonga kumphakathi.

Esikhathini esandlula ukonga imvelo eNingizimu Afrika kakhulu kwasebenzeia
abantu abamhlophe. Ukuze ukonga imvelo kusebenze, kufanele kusebenzele
bonke abase Ningizimu Afrika. Umgwamanqa womuzi othi ufanele uzuze kukonga
kwemvelo.

Bonke baseNingizima Afrika kufanele bakwazi ukuya kuzizwe nakumaprovinsi
namapaki. Lokhu kusemqoka ukufundisa abantu ngenhlalo okuhlalwe kuyo.

Izindawo zemvelo emodolobheni zisemqoka kunhlalo okuhlalwa kuyo
ekufundiseni. abantu abampofu abasemadolobheni. Bangavakashela lezizindalo
ukuze baxhumane nemvelo. Lezindawo zemvelo zingaba nendawo evuleke kancane
noma zingabankulu ukwendlula ukonga imvelo.

Umgomo ophume kuhulumeni

Kukhona okuyisithupha ophumele unqondana nohulumeni omusha ngokonga
kwemvelo.

1. Okuphume kuqalo ukunikeza ngomhlaba noma imali kubantu abalahlekelwe

umhlaba wabo kunokongelwa kwemvelo. Lokhu kuzosetshenzwa iLand Claims

Court.

2. Umphumela wesibili ukwenza isiqi sokuthi bonke eningizimu Afrika

bangavakashela kumapaki ezizwe izindawo ezilondoioziwe. Abantu bakwazi

ukunikeza abanakho ekungeneni Kodwa uhulumeni ufanele enze izindlela
zabantu

abampofu ukuze bakwazi ukungena kumapaki futhi bohlale khona.

3. Sidinga ubundlelwano obungcono kwamapaki nomgwamanqa womuzi othile. Kumele

basebenzisane ukuvikela, yethu. Umgwamanqa womanzi kufanele uthole inzuzo

ephuma emapaki

4. Uhulumeni kufanele akhuthaze iziha kodwa ngenye indlelo leyo
ezalondoloza

ingcebo yemvelo.

5.Uhulumeni kufanele abheke ukuthi ngubani othola inzuzo ephuma ekongeni

imvelo. Umgwano nao womuzi othile ufanele ukuthola inzuzo ephuma

kuzihambi nasekongeni imvelo. Sidingo isu lasemaphandleni lokuthuthukisa

ukuzungeza amapaki ethu uhulumeni kumele ancede ububanzi bokwakha kuuhlalo

okuhlalwa kuyo nokufundisa nokonga imvelo. Ukuphathwa nesihambi esibuka

izwe kumgwamanda womuzi othile.

6. Ukonge imvelo kumele kushintshe umuntu onesikhundla emphakathini
abaphethi ukonga imvelo kumele bakwazi ukwamukela umgwamanda womuzi wonke.

Izisebenzi eziyodingeka ukugcoka njengamaphoyisa noma amasetsha yilabo:
ababhekene nokuvimbela ukuzingela izinyamazane kanye nalaba abalinda
emesangweni.

Ukuncoma

Izinguquka kumithetho nezindiela amapaki aphethwe ngakhona

1. Ibhodi lamapaki wezizwe kumele eziwe kakhulu necala kubantu boke.
Abafanekisayo abasha kuzizwe nakuma Provinsi namapaki nebhodi kumele

kukhethwe ngendlela ekhanyayo nangokubusa ngentando yabantu. Wonke amapaki
kufanele alawulwe wumthetho munye. Kumele kubekhona ophathelene nesifunda
efanekisayo esizweni esilingene. Sifuna ipulani lezwelonke lokuvikela

nokuthuthukisa amapaki nokugodla.

2. Kuyodingela ikomiti lokuxhamanisa lezwe elixhumanisa phakathi kwamapaki

esizwe, amapaki amaprovinsi kanye namapaki asendaweni ethile kulolonke
izwe.

3. uHulumeni kumele ahlole ama-Bioregional Forums Lokhu Kufanele kube
nabamali ababuya kumapaki welizwe. Amapaki eprovins, Izinhlango zezokulima,

ezezimboni ama-NG0s nemiphakathi yezindawo. Iforama ngayinyo kufanele ibuke
isigodi sonke okunela khona imvula. Izavumela umphakathi ukuthatha isigaba
ekwenzeni icebo nasekubhekeni ukonga kulendawo. Izidingo zabantu abehlalo
eduze nezindawo ezilondiwe kufanele bacabangelwe.

4. Amakomiti omphakathi okukhumanisana kufanele ehlelwe kuwonke amapaki.

Amakomiti omphatathi okuxhumanisana ongancedo umphakathi

awakhelene nawo ukuthatho inkundla yokuthatho isinqumo samapaki.

Kuzakubancedo nasekuzuzeni kusukela kungcebo yamapaki.

5. Amopaki esizwe namapaki ezifunda nenye imvelo elondiwe kufanele ichashe

abantu abamnyomo abaningi konye nabesifazane abaningi. Sifanele ukwakho

ngokulingano emiphakathini esalele emuva.

Ukulonda kwasamiphakathini nokuthukisa emaphandleni

6. Umyango wezama provinsi ungathatha ngokundlulile okunye ukuphatha

kwamapaki ezwe.

7. Ukonga okubekelwe umphakathi kanye nokuthuthukiswa emaphandleni. Amapaki
ezizwe namapaki ezifunda anganoncedo ukuthuthukisa emaphondleni. Enye
yezimali ezibuya kumapaki kufanele iyokwenza imisebenzi kuzifundo. Amapaki
kufanele athenge izinto ezidingeka kumpha kathi wendawo umokuphumelela
kuzame nokucasha abantu bomphakathi wendawo.

8. uKuphathwa kwamapaki kufanele kusebenzisane nomphakathi ngokuthatha

isinqumo ngenzuzo leyo umphakathi ungayithola evela kumafaki. Lokhu

kungafaka namadlelo ezinkomo emapakini ukusebenzisa kwethu izithelo,
izinkuni

zokubasa nokufulela ngotshani obuvela kumapaki.

9. imiphakathi ehlala maduzane namapaki kufanele ngokuvikela ukuzingelwa

kwezinyamazane kulawo mapaki. Uma umphakathi uthola inzuzo ebuya kumapaki
bangofuna ukuwavikelo amapaki.

Uhlelo lomphokathi nabalindi bezilwane lungasetshenziswo. Abalindi
bakhethwe wumphakathi ukuvikela ipaki. bayaziphendulela kumphakathi.

10. Amapaki esizwe kanye nemvelo elondiwe zifanele ukusiza ngokuvezeia

impilo yasendle kubantu nabalimi. Bangafundisa abantu ukulima
ngezinyamnazane zasendle ezifano njengeqmigankla nezinsephe. lmiphakathi
ingathola imali ngalokhu.

Lezizilwane azivamile ukufa uma lomisile kunezinkomo.

1 1. Kufanele kubekhona izindawo emapakini wesizwe kanye namapaki
wamaprovinsi

lapho kuyolinywa khona ngezinyamazane zasendle kanye nezinkomo.

Ukuvakashela

12. Ukuhanjelwa kungalimaza inhlalo okuhlalwa phakathi kwayo. Sifanele
ukulawula inani lezihambi lezo ezihambela izindawo. Sifanele ukwenza
isiqinseko sokuthi izihambi kazimoshi amanzi namandla sifanele siqiniseke
ukuthi izihambi ziba nozwelo kusimo sempucuko.

13. Imvelo elondiwe kufanele idale imisebenzi kakhulu Ihlathi elincane
Lezinkampu lingavumela abashayeli begemu nokuhomba ehlathini ngolaywa lokhu
kunikeza izihambi amathuba kakhulu futhi kudala nemisebenzi.

14. Kumvelo elondiwe kufanele kutshengiswe ubantu umsebenzi wenzandla.
Kumvelo elondiwe kufanele kutshengiswe umsebenzi wenzandle owenziwe kuleyo
ndawo kunokuba kutshengiswe umsebenzi wezandla wokwenziwe kwezinye izindawo.
Umpahakathi wasemaphandleni ufanele uncedwe ngokutshengisa umsebenzi wabo
wezandla emadolobheni.

15. Uhulumeni ufanele ulungisele ukuqeqeshela ubuciko kanye nomsebenzi
wezandia eduzane zezinyamazane ezibuyo kumapaki esizwe namoprovinsi
womsebenzi wesikhumba. bangafundisa futhi abantu eminye imisebenzi
yezandia.

16. Ukuhamba edaweni ufuna ukubona lokho ofisa ukukubona kungaletha imali

yokuncedo ukuvikela imvelo elondiwe kundayo yethu.

17. uHulumeni kumele enze isiqiniseko sokuthi enye yezimali ezenziwa
amazwe,

amaprovinsi namo paki'endawo ethile avikela inhlalo okuhlalwa kuyo
namapaki.

Ukufundisisa nemfundo

18. Kufanele sifunde ngemvelo ukuze izindawo ezilondiwe ziphathwe
ngokufanele. Amasiko nokwazi ngenhlalo okuhlalwa kuyo nangokwazi izingango.
nabodukuzi kufanele bahlonishwe, kubhalwe phansi nokusetshenziswa lapho
kufanele khona.

19. uLwazi lomphakathi othile lufanele luvikelwe ngomthetho. imiphakathi
ifanele ibhekelwe uma ulwazi lalabo lusetshenzisiwe. Imiphakathi ethile
beyisebenza ngemvelo isikhathi eside. Bafunde kakhulu ngezindawo abahlala
kuzo kufanele sifunde futhi sibhale phansi lolwazi.

20. Wonke amapaki kufanele abenezindawo zenhlalo okuhlalwa kuyo nemfundo.
Zonke izingane zesikole kumele zivakashele. imvelo elondiwe. emodolobheni
kungabasemqoka kakhulu. Inhlalo okuhlawa kuyo nemfundo kumele kufake amasiko
nenhlalo okuhlalwa kuyo nolwazi, imfundo ifanele ifake imikhandlu yenhlalo
okuhlalwa kuyo, ukufakelela abalimi, kanye nothisha nabafundi.

21. Uhulumeni ufanele acwaningule ukuthi abantu bazizwa njani nokuthi
baqondisisa kanjani ngemvelo. Kufanele bacwanungulule ukuthi inhlalo
okuhlalwa kuyo injani. Bafunde ukuthi imiphakathi ingahehwa kanjani
ekuphathweni kwamapaki.

  ------------------------------------------------------------------------
Okuphakathi
